Owayengumqeqeshi weKaizer Chiefs uMuhsin Ertugral useveze umsebenzi omkhulu obhekene noFernando Da Cruz kuleli qembu. Uthi enye yezinselelo ezizobhekana nalo mqeqeshi
Umqeqeshi we-Orlando Pirates, u-Abdeslam Ouaddou, usechaze ukuthi kungani leli qembu lisayine umgadli waseNorway, u-Sebastian Pedersen. UPedersen, oneminyaka engu-27 ubudala, ujoyine
Owayengumqeqeshi weMamelodi Sundowns ne-Al Ahly, u-Pitso Mosimane uthi usenesifiso sokuqeqesha i-Bafana Bafana, kodwa akuyena onqumayo ukuthi ubani ozothola lo msebenzi.
Iwindi lokudayiselana ngabadlali lifana nomdlalo wamakhadi (i-poker) osezingeni eliphezulu, futhi njengoba iwashi libheke ekuvalweni kwalo kwiPSL, kulindelwe izimemezelo esishaqisayo. Nokho
Yize ingazange ihlazeke iRoyal AM, kodwa iMamelodi Sundowns iqhubekile nomsebenzi, yaqoqa amaphuzu agcwele, yabuyeka esicongweni kwiBetway Premiership. Ngokwefomu nezinga labadlali
Ukucima kwezibani eMpumalanga Stadium kuphoqe ukuhleliswa komdlalo weBetway Premiership obuphakathi kweGolden Arrows neMagesi FC. Lo mdlalo umiswe sekusele ngaphansana kwemizuzu
Umqondisi wezokuqeqesha kwiSafa, u-Molefi Ntseki, useveze ukuthi abalandeli be-Bafana Bafana bangalindela nini ukwazi umqeqeshi omusha. Lokhu kungenxa yokuthi kusaqhubeka ukungaqiniseki
Owayengumqeqeshi weMamelodi Sundowns ne-Al Ahly, uPitso Mosimane, usephawule ngamathuba okuba ngumqeqeshi omusha weBafana Bafana njengoba inkontileka kaHugo Broos ingakavuselelwa. UBroos
Inhlangano eyengamele ubhola eNingizimu Afrika (Safa) isiphawulile ngamahlebezi athi umqeqeshi weBafana Bafana, u-Hugo Broos, usenikezwe inkontileka entsha. ISafa ithi le
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns, uMiguel Cardoso usexwayise abadlali bakhe ngaphambi komdlalo wabo weCaf Champions League. Lo mqeqeshi uthi ukunqoba kwabo ngo
Umqeqeshi weStade Malien uMauril Njoya useveze ukungabaza ubuqotho bobuchwepheshe beVideo Assistant Refereeing (VAR) kwiCaf Champions League. Lokhu kulandela ukuhlulwa kanzima
Ziqhubekile izigemegeme ekubuyeni kukaRulani Mokwena eLoftus Stadium njengoba kube nezimpi ngaphakathi nangaphandle kwenkundla. Kushayane abalandeli, abadlali bakhombana kabi kanti namabhentshi
