Igcine iphuzu elibalulekile iPirates ‘ehlukile’
I-Orlando Pirates iqale umdlalo weCaf Champions League ne-Al Ahly idlala ngendlela ehlukile kweyijwayele, kukhona noshintsho kubadlali. Kubuye uMonnapule Saleng eqenjini
Read MoreIzindebe
I-Orlando Pirates iqale umdlalo weCaf Champions League ne-Al Ahly idlala ngendlela ehlukile kweyijwayele, kukhona noshintsho kubadlali. Kubuye uMonnapule Saleng eqenjini
Read MoreIntatheli yeLISENETHINI Umqeqeshi weMilford, uMandla Qhogi, akumthusanga ukuhlulwa kabili kulandelana, futhi ukubuka njengento abebeyidinga. Naphezu kokuhlulwa yiHungry Lions neCasric Stars,
Read MoreIlale isendaweni yesibili i-Orlando Pirates kulandela ukusebenza kanzima ukunqoba kwiCR Belouizdad yase-Algeria ngo 2-1 ngoLwesibili ebusuku. Lezi zinkunzi zaseNingizimu Afrika
Read MoreI-Orlando Pirates isibuyile esigabeni samaqoqo seCaf Champions League ngemuva kokunyamalala iminyaka emine. IMamelodi Sundowns, ngakolunye uhlangothi, idlala kulesi sigaba okuka-10
Read MoreImenenja yabadlali ebuye ibe ngumhlaziyi uMike Makaab uvumelana noManqoba Mngqithi ngokuthembela ngokweqile kweKaizer Chiefs kubadlali abasebancane. UMakaab, ohlaziya kwiGagasi FM,
Read MoreUmqeqeshi weMarumo Gallants, uDan “Dance” Malesela, usephumele obala ngokuthi akayishi nhlobo iMamelodi Sundowns. UDance ukusho lokhu nje ezakhe zizobhekana neSundowns
Read MoreIphini lomqeqeshi weMagesi FC, uPapi Zothwane kudingeke libambele umqeqeshi ukukhuluma nabakamabonakude ngemuva komdlalo. Kuvela ukuthi uClinton Larsen uxinwe yisimo esimfune
Read MoreUkugqoza kwamagoli kwiRichards Bay yinto emlalisa obenyoni umqeqeshi, uBrandon Truter. Leli qembu lakhe lidlala kahle emuva nasesiswini, kodwa lifike lijanyelwe
Read MoreKube sengathi yenza ‘umay’hlokoza’ iMamelodi Sundowns ishaya iKaizer Chiefs ngo 4-0 emdlalweni weCarling Knockout ngoMgqibelo ebusuku. Kwakube nokukhala ngesikhathi iSundowns
Read MoreIdlule sekunzima, sekunguwafa-wafa wamaphenathi iRichards Bay kwiCarling Knockout, ihlula iCape Town City ngo 5-4. Umdlalo, obuseKing Zwelithini Stadium ngoMgqibelo ntambama,
Read More