Umdlali wasemuva we-Kaizer Chiefs, u-Reeve Frosler, usephonsеле izingwevu zeqembu inselelo ngokudlala ezingeni lamazwe ngamazwe kwiBafana Bafana. Uthi kumele zifunde kubadlali
Umengameli weTS Galaxy, uTim Sukazi, usedalule ukuthi nebala i-Kaizer Chiefs yasifaka isicelo sokudayiselwa u-Seluleko Mahlambi. Nokho uthi wasenqaba lesi sicelo
Umqeqeshi weMarumo Gallants, uRonnie Kanalelo, usephumele obala ngobudlelwano bakhe noKatlego Otladisa. Lokhu kulandela ukungezwani kwabo emdlalweni ne-Orlando Pirates ngenyanga edlule.
Iwindi lokudayiselana ngabadlali lifana nomdlalo wamakhadi (i-poker) osezingeni eliphezulu, futhi njengoba iwashi libheke ekuvalweni kwalo kwiPSL, kulindelwe izimemezelo esishaqisayo. Nokho
Yize ingazange ihlazeke iRoyal AM, kodwa iMamelodi Sundowns iqhubekile nomsebenzi, yaqoqa amaphuzu agcwele, yabuyeka esicongweni kwiBetway Premiership. Ngokwefomu nezinga labadlali
Ukucima kwezibani eMpumalanga Stadium kuphoqe ukuhleliswa komdlalo weBetway Premiership obuphakathi kweGolden Arrows neMagesi FC. Lo mdlalo umiswe sekusele ngaphansana kwemizuzu
U-Pitso Mosimane uliqale kahle kakhulu ihlandla lakhe lesibili njengomqeqeshi we-Bafana Bafana, kodwa usenenkinga yabagadli. IBafana inqobe yonke imidlalo yayo emithathu
Umdlali wasemuva weBolton Wanderers, u-Max Conway, useveze ukuthi angathanda ukudlala kwi-Bafana Bafana esikhathini esizayo. UConway, ozalelwe eNorth West ye-England, unelungelo
Isihlabani seChicago FC, u-Puso Dithejane, uqale ngendlela emangalisayo kwiBafana Bafana, eshaya igoli emdlalweni wakhe wokuqala. Leli goli ulishaye ngesikhathi iNingizimu
Sekuvele amaqembu azobhekana ne-Orlando Pirates neKaizer Chiefs emiqhudelwaneni yeCaf ngemuva kokuqhathwa ngokusemthethweni ngoLwesine. IPirates, ezodlala kwiCaf Champions League ihambisana neMamelodi
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns, uMiguel Cardoso usexwayise abadlali bakhe ngaphambi komdlalo wabo weCaf Champions League. Lo mqeqeshi uthi ukunqoba kwabo ngo
Umqeqeshi weStade Malien uMauril Njoya useveze ukungabaza ubuqotho bobuchwepheshe beVideo Assistant Refereeing (VAR) kwiCaf Champions League. Lokhu kulandela ukuhlulwa kanzima
