U-Elias Mokwana usekhululekile ukuthi ajoyine noma yiliphi iqembu ngemuva kokunqamula inkontileka yakhe ne-Esperance de Tunis. Manje sekubhekwe ngabomvu ukuthi uzophelelaphi,
U-Phuti Mohafe uthi iMarumo Gallants yamxosha ngaphandle kwesixwayiso, nokuthi akakaqondi kahle ukuthi kungani lesi sinqumo sathathwa ngaleso sikhathi. Lo mqeqeshi
Umdlali wasemuva weRangers u-Olwethu Makhanya uthi uHugo Broos akazange amnike ukwesekwa okwanele, kodwa ubona ukufika kuka-Pitso Mosimane kwiBafana Bafana njengethuba
Iwindi lokudayiselana ngabadlali lifana nomdlalo wamakhadi (i-poker) osezingeni eliphezulu, futhi njengoba iwashi libheke ekuvalweni kwalo kwiPSL, kulindelwe izimemezelo esishaqisayo. Nokho
Yize ingazange ihlazeke iRoyal AM, kodwa iMamelodi Sundowns iqhubekile nomsebenzi, yaqoqa amaphuzu agcwele, yabuyeka esicongweni kwiBetway Premiership. Ngokwefomu nezinga labadlali
Ukucima kwezibani eMpumalanga Stadium kuphoqe ukuhleliswa komdlalo weBetway Premiership obuphakathi kweGolden Arrows neMagesi FC. Lo mdlalo umiswe sekusele ngaphansana kwemizuzu
Obengumhlaziyi weBafana Bafana, uSinesipho Mali, useveze ukuthi namanje akakayitholi ibhonasi yakhe yeNdebe yoMhlaba, kanti uthi akakaze anikwe incazelo ecacile yiSafa
Sekuvele ukuthi ithimba lika-Pitso Mosimane kwi-Bafana Bafana alikapheleli yize sekumenyezelwe uMorena Ramoreboli njengephini lakhe. Manje sekuvele ukuthi uMosimane usafuna elinye
Inhlangano eyengamele ibhola kuleli, iSafa, isiqinisekise ukuthi usetholakele umqeqeshi ozosebenzisana no-Pitso Mosimane kwi-Bafana Bafana. UMorena Ramoreboli ubuyela kwiBafana njengoba kunguye
Sekuvele amaqembu azobhekana ne-Orlando Pirates neKaizer Chiefs emiqhudelwaneni yeCaf ngemuva kokuqhathwa ngokusemthethweni ngoLwesine. IPirates, ezodlala kwiCaf Champions League ihambisana neMamelodi
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns, uMiguel Cardoso usexwayise abadlali bakhe ngaphambi komdlalo wabo weCaf Champions League. Lo mqeqeshi uthi ukunqoba kwabo ngo
Umqeqeshi weStade Malien uMauril Njoya useveze ukungabaza ubuqotho bobuchwepheshe beVideo Assistant Refereeing (VAR) kwiCaf Champions League. Lokhu kulandela ukuhlulwa kanzima
