
Wina ivawusha yokubheja ka-R100 neLisenethini!
- Intatheli yeLISENETHINI
Ngabe uyazithanda ezemidlalo futhi ufuna ukuhlala wazi ezintsha ezenzekayo ebholeni? ILisenethini.co.za izokusetha. Wena nje shona ekhasini lethu elisha leFacebook iLisenethini.co.za namuhla futhi sinethuba lokuwina ivawusha yokubheja engu-R100!
Nansi indlela yokungenela:
- Vakashela ikhasi lethu le-Facebook: Lisenethini.co.za
- Chofoza inkinobho ethi “Like”.
- Phawula ngegama lakho ngaphansi kwalesi kwalo mbhalo.
- Bese uzithola zishisa ngaso sonke isikhathi ku www.lisenethini.co.za.
Kulula kanjalo! Ngokuthanda ikhasi lethu, ujoyina umphakathi okhulayo wabathandi bebhola.
Futhi, ungahlabanela ngevawusha ka-R100 ukuze ukwazi ukubheja, uzibeke ethubeni lokuwina imali.
Abawinile bazomenyezelwa masonto onke – umncintiswano uvalwa ngoDisemba 15. Ungaphuthelwa! Ngena ekhasini lethu (Lisenethini.co.za kuFacebook) namuhla.
Ungaphuthelwa. Kunemigomo nemibandela.
